Chairperson, I am not fighting you.
IsiZulu
Ngifuna ukubuza lapha ngenkathi ngifika noma sifika la ePhalamende yaseNingizimu Afrika sitshelwe ngazilimi eziyishumi nanye. [Uhleko.] Ngifuna ukwazi ukuthi ngempela ngempela kungani wena ubona ukuthi kuphulwe amalungelo ethu na? Angithi sikhuluma ngayo lento yokuqashwa kwabantu. Nangu uNgqongqoshe, kungani angaqashi abantu lapha ePhalamende? Zingaki izicelo zomsebenzi ezifakiwe? Cha, musani ukudlala ngathi la nina. [Ubuwelewele.] Ave niphapha nina njalo. Labelungu abamnyama.
ILUNGU ELIHLONIPHEKILE: Uvelaphi? Uvelaphi?