Sazi futhi ukuthi sebegqilazwe isikhathi eside bengatholi imihlomulo edingekayo. Somlomo sake sakhuluma ngonogada nabasebenzi basendlini nabasebenza futhi emapulazini kanye nabasebenza emigodini nabanye abaqashiwe abangaholi kahle ukuthi bodinga ukubhekelelwa.