Hon Speaker...
IsiZulu:
... ngiyabonga kakhulu ngoba ngalesi sikhathi ngikwi- National House of Traditional Leaders saphawula kuzozonke lezo zinto, sakhuluma ngazo. Mina ngasho ukuthi sifuna ukuthi abaholi bendabuko bethu bangene baphelele kulento yentuthuko. Basebenzisane nathi. Bangene kweyezingqalasizinda sisebenze ndawonye. Bangene nasezindaweni ezifana nezibhedlela, yebo naseziteshini