NOKUHLOLA (Dr N Dlamini-Zuma): Ngiyabonga Sekela Somlomo, mhlonishwa siyabonga ukuthi umnyango wakho ophathiswe wona ubone kubalulekile ukuthi uke ucubungule lezi zinqubo esathi zizothathwa ukuze kuthi kufika u 2030 zibe sezithathiwe lezi zinqumo, futhi kube khona isabelomali esibekiwe ngokwe-iMTF.