Yikho sithatha zonke izinyatho esizithathayo zokuthi siwukhulise uMnotho kangcono kune ndlela okade ukhula ngayo, njengoba kade ngizibala nje zokuthi abantwana bakwazi ukufunda mahhala kusukela emazingeni we Childhood Development, ECD, futhi kube nemfundo yamahhala kwezemfundo ephakeme kulabo abangenawo amandla okuzikhokhela ngoba amakhono nobuchwepheshe kuyadingeka ukuze ukhule umnotho waseNingizimu Afrika. n