Sekela Somlomo, ayikho into ebalulekile njengokuthi umuntu uma ezokhuluma laphaya ukuthi akhohlwe yithina. [Ubuwelewele.] Akafunde ukwazi ukuthi ufuna ukwenzani. [Ubuwelewele.] Baphi abantu bako obamele lana? Yena unabo abantu bakhe abamele lana. Ungabosiphaphela la. [Ubuwelewele.]
English:
This is not a point of order and I am switching of microphone, I told that. Hon Carrim, please proceed.