Sikhumbuzo Boniface Zulu

Politician Profile Page

Sikhumbuzo Boniface Zulu

About Sikhumbuzo Boniface Zulu

Appearances

Somlomo, i-ANC incoma ukhetho lokuchibiyela lwamawadi amathathu KwaNongoma oluhambe ngokukhulu ukuthula. Sibone abalandeli bamaqembu ehlukene bekhankasa ngomoya woxolo nokubambisana. Umzabalazo wokuthula we-ANC endaweni yaKwaNongoma ubonakala uthela izithelo.

Amakhansela amathathu ayemele ...

... kube khona ukubambisana nabe- Services Sector Education and Training Authority, Seta. Abe-Seta ababambisana nabe-Narysec, ngoba ngempela uma bebambisana baphuma baye emakhaya yilapho esizobona khona intsha ithola ukusizakala. Nabesimame abangasali ...

Sihlalo, Ngqongqoshe Wezokuthuthukiswa Kwezindawo Zasemakhaya Nezinguquko Zomhlaba nePhini lakhe, abahlonishwa abakhona kanye namaLungu ePhalamende akhona namhlanje, namhlanje kusele izinsuku eziyisishiyagalolunye ukuba sifike esigigabeni esikhulu esaguqula umlando waleli lizwe nentsha yakithi, ...