... makangakhohlisi, makangafuni ukuthi ukhulumela abasebenzi ekususela kumsebenza awenza ngaphandle kwasePhalamende. Ngakhoke, makenze umsebenzi wala ewususela kulokho okumele ngabe uyakwenza kuleNdlu. Bese ngicela ukuthi ngongezelele kulokhu okushiwo wumhlonishwa u-Kubayi-Ngubane, uNgqongqoshe, MaKhawula, umthetho wokuholela izinduna washicilelwa ngo-2013 hhayi ngo-2011 futhi izinduna bacaciselwa ukuthi kungani zingakhokhelwa