elihloniphekile, bonke abantwana, abafana namantombazane, kumele sibabheke ngokulinganayo. Okwesibili sesibe nazo izingxoxo nabo besilisa ezokuqala zazibanjelwe eQwaqwa, sabanamahloni nabanye ozakwethu ngesikhathi sikuleya ndawo abantu besilisa bengafuni ukuzwa ukuthi abantwana babo bamantombazane sebehlukunyezwe kangakanani.