No, please, take your seat. We are done with that.
IsiZulu:
Kanti uvele uthi cha nje ungasezwanga nokuthi bengifuna ukuthini
English:
Hon Khawula, please man. I have said that ...
IsiZulu:
Ngicela ungilalele ukuthi ngifuna ukuthini.
Angilwi ngifuna ungilalele ukuthi ngifuna ukuthini, angikuphikisi okushoyo futhi angilwi nawe. Ngiyazi kufanele ngikuhloniphe kuleso sihlalo sakho. Mina nje kuphela ngifuna ukuthi uma ungitshela bese ngiyakulalela. Ukuthi ngifuna ukubuza okuncane nje
SEKELA SOMLOMO: Ufuna ukuthini mhlonishwa Khawula