Ngiyabonga Somlomo, Shenge ngishilo ngolunye usuku ungekho ngibuza umbuzo kuMongameli ukuthi siyasemukela isimemezelo sikaMongameli asenze ngosuku ethula inkulumo yesizwe sokuthi ...
English:
... experience will no longer be a pre requisite for employment. Now ...
IsiZulu:
...sibona ukuthi kukhona enye into Shenge elimaza kakhulu abafundi esihlale sibakhuthaza njalo, ukuthi bafundele izifundo zobunjiniyela ngoba abakwazi uma bephothulile iziqu zabo ukuba bathweswe iziqu zabo