Deputy Speaker, I think if you look at the question in Hansard ... the hon Stander prefaced it with a quotation.
Yes, that's fine. I will look into the Hansard. There are rulings that have been made on this matter before and we will do that.
IsiZulu:
UNGQONGQOSHE WABESIFAZANE EHHOVISI LIKAMONGAMELI: Uyazi
kuyinkinga kabi ukuthi njalo makukhulunywa izinto zabantu besifazane kubekhona osomathuba abazijikisayo bafune ukuxoxa izindaba zabo. Uma ngabe sifuna ukuxoxa ngo- Verwoed nango-Flock nangemikhuba yabo sidedeleni senze njalo. Ungalokhu wenza le nto oyenzayo lapha. [Ubuwelewele.]
Okwesibili, mina anginawo amahloni ngokuthi ngiyazwela ngoba ngingumuntu, ngiyaphila, nginemizwa. [Ihlombe.] Futhi vele uma ngabe ungumuntu kufanele ube nozwelo. Ngakho ke angizisoli ngalokho. Ngakho ke angezi uzoma lapha ukhulume nge- Women's League. Khuluma ngamakhosikazi