Politician Profile Page
28 Feb 2007
Mhlonishwa Phini likaSomlomo, bengicela ukubuza ukuthi, njengoba sikhuluma ngezibalo nje, mhlawumbe umqondosimo lo esasinawo wokumbandakanya yonke iMinyango ... [Ubuwelewele.] Uxolo kancane. Ake nithi ukwehlisa umsindo. [Uhleko.] Phini likaSomlomo, ngicela ungikhuzele ...
28 Feb 2007
Ngiyabonga, Phini likaSomlomo. Bengithi angibuze kumhlonishwa ukuthi isu ...
IPHINI LIKASOMLOMO: Khulumela kule nto yezwi khona sizokuzwa phela.
28 Feb 2007
Somlomo, mhlonishwa Phini likaMongameli, uma kuthiwa ukufakwa kwezimboni kungase kuncishiswe ngukuthi mhlawumbe ubugebengu bandile ezweni, ngabe umhlonishwa uyakuvuma yini lokho ngoba mina bengicabanga ukuthi phela ukusebenza kwezokuphepha kufanele ngabe kuyithinta ...