Mr Velaphi Bethuel Ndlovu

Politician Profile Page

Velaphi Bethuel Ndlovu

About Velaphi Bethuel Ndlovu

Appearances

No2012E

22 Aug 2012

Ngiyabonga Sihlalo, mhlonishwa sivumelene siyikomidi ukuthi izinkontileka zokuphekela iziboshwa ziyaphela ekupheleni konyaka. Manje la enginengqinamba khona, la umhlonishwa engafuni ukuphumela khona obala athi qekelele, ukuthi njengoba sivumelene sekusele izinyanga ezintathu ...

No2011E

22 Aug 2012

Ngiyabonga, Somlomo. Mhlonishwa, umbuzo wami ukuthi laba bantu abakhuphula abanye ezikhundleni ngokungemthetho ngoba beyizihlobo zabo, uma betholakala benecala kuzokwenziwa njani? Owesibili umbuzo uthi, laba asebekhushulelwe ezikhundleni bazoxoshwa yini bona? (Translation ...

No2578E

22 Aug 2012

Ngiyabonga Somlomo, awubakhuze futhi. Mhlonishwa, uma uthi unazo izindlela zokulwa nezigebengu, senikwazile yini ukuboka ukuthi yiziphi izigebengu ezingabaholi? Ngisho ngoba kufuneka ube nendlela yokulwa nezigebengu ngoba usuzazi ukuthi ziholwa ngubani, ...