Kuyazwakala ukuthi isimo esibhekene naso sidinga ukuthi kusheshwe. Kulungiswe lokhu esikubonayo sikwenze futhi masinyane. Kuvamile ukuthi izinto esizenza masinyane singasimami. Kufanele ukuthi esikwenza manje kube yilokhu esakhela kukona esizokwenza ngesikhathi esisayo njengoba uma uqala indlela yemayili eyinkulungwane uzoyiqala ngemayili eyodwa uze ufinyele esiphethweni zenkulungwane.