Sihlalo ngiyakuhlonipha kulesi Sihlalo ohleli kusona. Engikwaziyo ukuthi awuhlalanga ngoba kuwuthanda uhlakanipha ukhethwe uNkulunkulu uhlale lapho nabantu ababelwela lelizwe ngicela ungikhuzele lo uma ezongibiza ngodomu angazi ukuthi uqonde ukuthini uma ethi ngiwudomu. Uyafuna ngikukhombise ukhuthi ngiwudomu?
English:
Can I show you that I am dom [foolish]? Can I show you that I am dom [foolish]. Can I show you now?