Ngiyabonga mhlonishwa, yazi into engiyithanda kuwena, ngithanda lokhu ngoba ukhuluma ngolimi lwabantu abakulethe lapha ePhalamende. Lithi elami asime ngoba nabo ngeke bavume uma sikhuluma izilimi zethu bengezwa ukuthi sithini. Angithi uyayizwa leyonto ngengokuthi mhlonishwa wami omuhle ngabe uyayikhumbula ukuthi ngathi kungani emabhangi wabantu abamnyama baqashe umuntu omhlophe ebe engalwazi ulimi lwakhona kodwa omnyama ngeke aqashwe emsebenzini uma engasazi isiNgisi nesibhunu. Ngiyabonga.
IsiXhosa:
USIHLALO OBAMBELEYO (Mnu F D Xasa): Kulungile ke mama sendikufumene masihlaleni, mna ndiza kufakana imilomo namagosa alapha. Kaloku hlala ngoku sivene.
Emva kwethuba kumiwe.
USIHLALO OBAMBELEYO (Mnu F D Xasa): Lungu elihloniphekileyo, mama uKhawula kuthiwa bangenile ngoku baza kutolika angaqhuba ngesiBhulu sakhe.
English:
Hon member, can you proceed?
Afrikaans: