Sihlalo, ave ngibonga mhlonishwa. Cha, bengithi angikhumbuze iNdlu ukuthi la sinamakhosi, kuyofanele abantu bafunde ukuhlonipha futhi uma umuntu ekhuluma azi, uyabona inkosi yethu lana isiphatheke kabi ngoba ayizwani nomsindo. Siyacela impela, mawahlonishwe amakhosi.
English: