Bengisathi ke Sihlalo ohloniphekile siyacela ukuthi impela uMnyango Wezempilo kaZwelonke ungenelele ngoba umbuso kakhongolose ukhonela lokho ukuthi ubahlangule abantu abasosizini. Awungenelele uMnyango Wezempilo kaZwelonke kulesiya simo. Ngiyacabanga ukuthi iKomidi loMkhandlu kaZwelonke Wezifundazwe nalo lizoluqhubekisa loludaba. La kuthulwa umbiko wekomidi lePhalamende akuthulwa umbiko kaSihlalo. Ngakho ke ...
English:
... casting aspersions to the chairperson is very irrelevant because this is a committee report and not a chairperson's report. Thank you, Deputy Chair.
Sepedi: