amajoka e-DA lapho ebone ukuthi inhlangano ye-DA idukuza ontwini nje. Isebenzisa abantu abamnyama njengezagila zokujikijela. [Ubuwelewele.] Bakhetha-ke manje ukuthi hhayi kungcono bakhethe umbutho wesizwe uKhongolose ukube babe yingxenye yokwakha iNingizimu Afrika ebumbene nengacwasi ngebala nobulili kodwa ebuswa ngentando yeningi.