Agasti, uMengameli wasungula umkhankaso werobhothi okusho ukuthi uma kubomvu uma ungumuntu wesifazane osemusha phuma uphele kulobo budlelwane ngoba uzofa. Izimpawu zokukuqwashisa okungumbala oqanda yilapho eseba nomona ekunqabela ukuthi uphume athimbise ukuthi uzobulala abantu bomndeni wakho. Uma ngabe kuluhlaza yilapho kusazwana khona ebudlelwaneni, futhi kusahamba kahle. Kanti futhi njalo uma sinemicimbi ekuseni ngo 6h00 uzosithola sisemarenki sikhuluma ngalo leli robhothi, sikhulumisana nabantu.