Kwezinye izindawo, kuyinkinga nokuzama ukuthi leyondawo ihlanzeke, akusebenzeki uma abantu bekhona, ngokwazi kwami kunamadolobha engaziyo ukuthi bake bafike abasebenzi bezoshanela bayihlanze indawo ekuseni kepha kuthi masekushaya izikhathi zokuphuma kwelanga kube sekungcolilel futhi ngenxa yalobo budedengu.