Kwenye indawo bagcina bengazange bangena kwakungena nhlobo ngoba imvume abayidingayo ayitholakele, iyonanto okumele sibhekane nayo ngqo ukuthi oMasipala kube iyona nto abazwelayo kuyo, ukuthi uma kunesicelo esifakiwe sokudayisa sisheshe silungiswe ngoba lokhu kubangela ukuthi basukelane namaphoyisa ngento ngempela uma ibi gxiviziwe wanikwa yona bengeke imhluphe njengomdayisi.