Simema wonke-ke amaqembu aphikisayo ukuba anxenxe bonke abalandeli bawo nabobonke abantu baseNingizimu Afrika ukuba ngomhlaka-8 May bavotele uKhongolose ngoba phela uKhongolose yinhlangano yo-Madiba, yoLuthuli, o- Harry Gwala, o-Peter Mokaba, o-Solomon Mahlangu, o-Moses Kotane, o-Gert Sibande, o-Dullah Omar, o-Mama Mittah Seperepere, o-Mama Albertina Sisulu, o-Mama u-Winnie Mandela nawowonke amaqhawe ethu asalala. Ngiyabonga. Nivotele uKhongolose. [Ihlombe.]