Ngiyabonga Sihlalo, uyabona kukhona into engiphatha kabi la eNingizimu Afrika ukuthi lapha siyahola, sihola imali yabakhokhi bentela ukuthi siqinisekise ukuthi umsebenzi wabo uyenzeka. Ewadini lama- 44 amanzi awekho. Uma uthi uyabheka izimali zakhona ziyaphuma funeka sonke sizoqamba amanga lapha ePhalamende sivikele abantu abagangayo. [Ubuwelewele.]