zimbonga lohulumeni kaKhongolose ngoba ziyazi ukuthi ekuqaleni bezingaholelwa futhi zazingatholi lutho. Ziyaqala ukuhola izinduna, yingakho sithi nalapho kunamaphutha khona nokunye okungahambi kahle siyazama ukukulungisa. Kungakho nale KaZulu- Natal, uNgqongqoshe uNomusa Dube-Ncube ezama ukulungisa uma kunezinkinga, futhi ayikho nemali elahlekile.