oNgqongqoshe beminyango bahlawuliswe ngokulandisa komthetho ukuze babenomsebenzi wokulandelela ukuthi eminyangweni yabo bayayilandela imithetho abanikwe yona ukuze abantu abakhubazekile bangalokhu belinda ukuthi baze bathole isibonelelo sokukhubazeka ukuze baphile kodwa bathole imisebenzi ukuze baziphilise bona nemindeni yabo, banciphise umthwalo obhekene noHulumeni wokuholela abantu yize bengasebenza bakwazi ukuziphilisa.