Sathi ke thina lokho kuyasijabulisa ngoba vele uma sesenza loluhlelo sesiqala ukuhlela sifuna wonke umuntu abekhona. Hhayi, nje amakhosi nezinduna nabahlali babe novo. Wonke umuntu abe novo bese sakha isu elilodwa esizosebenza kulona. Kuphele lokho okokuthi umphakathi ubone ngoba kungena ugandaganda, noma amakhosi nezinduna abone ngoba kufika abantu.