I think it is important when we debate that we also analyse the behaviour of certain political entities towards the Bill and the material basis of their attitude to what we are doing.
Bab' uMpontshane engifuna ukukusho nje kule zinto ozishoyo ngikuzwa kahle kakhulu. Azikho izimali ze-NSFAS ezibuyela emuva. Uma kukhona inyuvesi engezukuzisebenzisa siyazithatha sizise lapho zidingeka khona. Amanyuvesi asathi abafundi abahluphekayo abakhokhe imali yokubhalisa, usitshele baba uma uzwa ngawo ngoba aphula umthetho nomgomo kahulumeni. Nama-Credit Bureau siwakhiphile ngoNSFAS sisaxoxa namanyuvesi ukuthi abakhiphe labafundi ngoba abanye basasele ngoba befakwe amanyuvesi, hhayi ngoba befakwe i-National Student Financial Aid Scheme. Ngiyabonga kakhulu.
Cha ngaphambi kokuba ngihlale phansi nansi into yokugcina engifuna ukuyisho. Angizukumphendula umhlonishwa uDexter. [Kuphele isikhathi.] [Ubuwelewele.] (Translation of isiZulu paragraphs follows.)
[Mr Mpontshane, what I would like to say is that I completely understand what you are saying. No NSFAS funds are sent back. If a university does not use the funds, we take them to where they are needed. You should tell us about the universities that still insist that poor students pay the registration fee, sir, because they are contravening government policy. The credit bureaus have been removed from the NSFAS and we are in talks with the universities to remove the names of those students who were blacklisted by the universities and not by the National Student Financial Aid Scheme. Thank you very much.
Before I sit, I would like to say one last thing. I will not reply to hon Dexter. [Time expired.] [Interjections.]]
Debate concluded.
Bill read a second time.