Okwesibili, ngiyafisa ukuthi abasebenzi bangasebenzisi kabi amalungelo abo ngokuthi baphoqelele abanye abasebenzi abangafuni ukuzibandakanya esitelekeni ukuthi babe yingxenye yabo. Kodwa futhi siyi le Ndlu kufanele sibheke ukuthi umnyombo owenza ukuthi abasebenzi bahole amaholo amancane kangaka, usukaphi.