Chair ...
IsiZulu: ... ngizophinda futhi, umbuzo ubukhuluma ngezindlu zangasese kwisifunda i- Chris Hani kodwa-ke uma sifuna ukukhuluma ngendaba yezimali eziphunguliwe uMgcinimafa awuzange ubuye kithi ithi iwuthathile lo-R700 million abssithembise wona nalo-1,2 billion osithembise wona. Ngakhoke lemali le yezenhlanzeko ihamba yodwa. Nalena yama-tablets imali ihamba yodwa futhi uma ilungu ifuna ngizothi ukuthi icebo lithini ngama-tablets ngingaphinda ngizoyicacisela ...
English:
... but amongst other things that we have done is to start off with the private sector on their commitments for licensing and that is where we have started with the roll-out of tablets. We are working with the private sector in terms of robotics. Again, I can give you a full report, but for now, I can confirm that the money for sanitation has been guaranteed and has not been part of the budget cuts.