Thank you very hon Speaker, the hon Minister of Health has noted that passive case finding contributes 76% of all tests conducted to date, meaning that patients who have symptoms landed themselves to health facilities for testing. Despite the global shortage of test kit, the number of tests conducted by the Department of Health is commendable; of course we note that there has also been a contribution from the public sector.
IsiZulu:
Umbuzo wami-ke Mavovo uyafana nombuzo kababa u-Singh kusho ukuthi usungawuphendula ngoMageba nje ukuthi bayazama abahlanganisayo abala eNingizimu Afrika abazakhayo lezi zizinto ozidingayo eMnyangweni Wezempilo ... [Akuzwakali.] ... nithenge ukuze sibone ngathi nomnotho wabo bandla uyasukuma nakhu sibuya nakwi-Covid. Besithi asibheke lokho, niyathenga yini nakubona noma bakhona yini abangase basilekelele kodwa phela nilandela imigomo yawo i-World Health Organisation. Ngiyabonga, Somlomo.
UNGQONGQOSHE WEZEMPILO: Bengiyocela ilungu elihloniphekile like liphinde lithi sithenga kobani, akubanga kusavela lokho. Okunye ngikuzwile. Uma engaphinda leyo ndawana nje.