Ngiyabonga, Somlomo, ngiyabonga nakumhlonishwa uNyambose ngempendulo. Okokuqala, mhlonishwa ukhulume ngokuphatha okungakuhle. Kuzothatha isikhathi esingakanani ukuthi laba bantu baboshwe ngoba benze umsebenzi wahlehlela emuva. Okwesibili, umhlonishwa we-DA ubuze ukuthi kwakukhona yini ukuhlobana phakathi kwabo? Zikhona yini izihlobo ezaziqashiwe kulesekshini mhlonishwa? (Translation of isiZulu paragraph follows.)
[Mr V B NDLOVU: Thank you, hon Speaker, and I also thank hon Minister Nyambose for his response. Firstly, hon Minister, you spoke about maladministration. How long will it take for these people to be brought to book because they caused the regression of work? Secondly, the hon member from the DA asked if they were related. Were there relatives who were appointed in this section, hon Minister?]