Thank you, Speaker. Asibonge kuMongameli, Mongameli, ... [We thank the President. President, ...]
...we know that the clean audit is not measured in any way by the performance audit outcome. Perhaps that should be the approach, where we concentrate more on a performance audit outcome, meaning the value for money.
Ngifuna ukuthi Mongameli uma senza njalo mhlawumbe kuzosisiza ukuthi senze isiqiniseko sokuthi sakha izindlu, izikole eziseqophelweni, izindlu zangasese eziseqophelweni nezimboziwe ngaphezulu ... [Uhleko]... ukuze abantu bakithi uma bebulala inyathi bakwazi ukuyibulala kahle esithe, bangabulali inyathi esigangeni njengoba kwenzekile eNtshonalanga Kapa yize bethole le-clean audit esikhuluma ngayo.]
UMONGAMELI WERIPHABHLIKHI: Lungu elihloniphekile, angizukukuphendula ukuthi inyathi ibulawa kanjani futhi ibulawelwaphi ... [Uhleko.] ... ngoba yisilwane esesabekayo leso. [Uhleko.] (Translation of isiZulu paragraphs follows.)
[Mr President, I would like to say that if we do that, perhaps this will help us ensure the building of decent houses, decent schools and decent toilets, which are covered ... [Laughter.] ... so that our people can relieve themselves in privacy and not in the open as has happened in the Western Cape, even though they got a clean audit - the one that we are talking about.