Sihlalo, ngiphakamisa ngaphandle kwesaziso:
Ukuthi lo Mkhandlu -
1) Uhalalisela futhi uncoma isifundazwe saKwaZulu-Natali ngombiko okhishwe uMcwaningimabhuku oveze ukuthi isimo nezinga lokuphathwa kwezimali esifundazweni sihle kakhulu futhi sihle kunazo zonke ezinye izifundazwe;
2) ugcizelela ukuthi akukho soka lingenasici, kanye nanokuthi izinkinga ezibhekene noMnyango Wezolimo zilungiswe ngokushesha okukhulu futhi;
3) ucela uhulumeni ophethe KwaZulu-Natali njengamanje ukuthi uqhubeke nokuziphatha kahle kakhulu izimali nakule minyaka eminye ezayo. (Translation of isiZulu draft resolution follows.)
[Mr D D GAMEDE: Chairperson, I move without notice:
That the Council -
1) congratulates and praises the province of KwaZulu-Natal on the report issued by the Auditor-General which revealed that the finances of the province were properly handled and that the management of finances in the province was of a higher standard than in all the other provinces;
2) emphasises that no one is perfect, and that the Department of Agriculture and Environmental Affairs should be put in order as soon as possible; and
3) requests the ruling party in KwaZulu-Natal to continue to manage the finances properly, even in the near future.]
Motion agreed to in accordance with section 65 of the Constitution.