Somlomo, mhlonishwa Phini likaMongameli, kuye kwenziwe njani ngalaba abanamakhanda alukhuni kodwa futhi bevikelwe yizinyonyana zabo noma mhlawumbe bevikelwe ukuthi banezikhundla ezinkulu - kodwa kube kudingeka ukuthi kubikwe kubona? Kwenziwa njani ngalabo abanamakhanda alukhuni abangafuni ukuyilandela i-moral regeneration?
IPHINI LIKAMONGAMELI: Abanye babo basejele njengoba sikhuluma nje ... (Translation of isiZulu paragraphs follows.)
[Mr V B NDLOVU: Madam Speaker, hon Deputy President, what is usually done about those who are hard-headed and yet they are protected by their unions and sometimes they are also protected by the high positions that they occupy and yet things must be reported to them? What should be done about those who are hard-headed who do not want to follow the principles of moral regeneration?