Ngiyafisa ukusho ukuthi umhlonishwa kufanele ukuthi angakhombi abanye abantu ngeminwe ngoba kuye kuthiwe ukhomba abantu ngomunwe owodwa kodwa okuyiyona eminingi ikhomba wena. Ngakho-ke kufanele ukuthi umhlonishwa azi ukuthi uyini umsebenzi wamaLungu ePhalamende. Ngiyabonga. [Ihlombe.] (Translation of isiZulu paragraphs follows.)