Yebo. [Uhleko.]
ISEKELA LIKANGQONGQOSHE WEZOKUVIKELA KANYE NEZIGAGAYI ZEZEMPI: Uma lelo lungu ... [Ubuwelelele.] Ngingaqhubeka, Sekela Somlomo? Uma ilungu lelo laligqoke umfaniswano woMbutho wezokuVikela waseNingizimu Afrika, kusho ukuthi lelo lungu laliwugqoke lowo mfaniswano njengelungu lama-honorary reserve forces. (Translation of isiZulu paragraphs follows.)
[Mr V B NDLOVU: Deputy Speaker, the member of this House wore the uniform without having been trained, and was never a soldier. By the way, what were you saying, hon member? Who did you say granted permission to that one?