Sekela likaNgqongqoshe sibonga impendulo yakho, kodwa okwamanje sisalindele ukuthi kulungiswe kabusha usizo lwezempilo olusezingeni lokuqala (primary health care). Yini engenziwa ukuthi imitholampilo ibenazo zonke izinsiza ezisheshe zisize abantu, njengemithi. Abantu baya ezibhedlela ngoba ingekho imithi emitholampilo. Ngiyabonga. (Translation of isiZulu paragraph follows.)
[Ms B T NGCOBO: Deputy Minister we thank you for your response, but we are still waiting for primary health care to be improved. What can be done so that clinics have resources such as medicines that will speedily help people? People go to hospitals because there are no medicines in the clinics. Thank you.]