Hhayi, ngisakhuluma. Sacela izithuthi zabafundi namanje sisalindile. Siyacela-ke ukuthi ulubheke lolu daba ngoba kuyihlazo ukuthi abantwana bethu bahambe amakhilomitha alinganiselwa e-10, e-15, noma ema- 20, lungekho usizo oluphuma eMnyangweni wakho. Ngiyabonga. (Translation of isiZulu paragraph follows.)
[Mr M P JACOBS: No, I am still talking. We requested transport for the learners, and we have been waiting for it since then. Please attend to this concern because it is a disgrace that our children have to walk between 10 and 15 kilometres, or even 20 kilometres, with no help from your department.]