Sekela Somlomo, mhlonishwa uma ngizwa kahle umhlonishwa usho ukuthi ngamanye amazwi, okokuqala, laba ababephenya babefanele ukuba bacele kuyena yini? Okwesibili, ngabe ngizwa kahle uma umhlonishwa ethi bathatha imibuzo yonke bayimikisa kuKumba, asimazi-ke thina uKumba sizwa ngaye umhlonishwa ekhuluma ngaye.
Thina sazi ukuthi yilabo abebefanele ukuphenya. Ukuphenya kanti kufanele kutshelwe loyo muntu ofanelwe aphenywe yini? Noma kufanele ukuthi baphenywe labo okufanelwe baphenywe ngoba bayizigebengu? (Translation of isiZulu paragraphs follows.)
[Mr V B NDLOVU: Madam Deputy Speaker, hon Minister, if I understand you well, in other words you mean that firstly, these people who were investigating were supposed to ask for permission from you? Secondly, I did not quite understand well when you said that they took all the questions and gave them to Kumba - we do not know what Kumba is; we only hear the hon Minister talking about it.
What we know is that they were supposed to be investigated. If one is to be investigated, are the investigators supposed to ask permission from the one who is going to be investigated? Or should those who are supposed to be investigated be investigated because they are the criminals.]