I assume the member is referring to the North West and not the Northern Cape. I just want to correct that. For the rest -
... angithwasi. Angilona ithwasa. Angazi ukuthi yini ezokwenza ukuthi abantu bangabhali. Angikwazi ukuqinisekisa ukuthi ngeke kube nezidubedube angazi ukuthi iLungu lifunani kimina. Angikwazi ukuqinisekisa ukuthi akuzuba nezidubedube eziphazamisa izingane ukuthi zibhale ukuhlolwa ngaphandle uma ngingathwasa. Angithwasi mntanami, angithwasi nkosikazi! [Ihlombe.] (Translation of isiZulu paragraph follows.)
[... I am not a sangoma. I won't know what will cause people not to write their examinations. And I cannot guarantee that there will not be any protests. I do not know what the hon member wants from me. I cannot guarantee that there will not be any protests which will disturb the learners when they write their examinations unless I become a sangoma. I am not a sangoma, my child, I am not a sangoma, madam! [Applause.]]