Uthi umthetho onguNo 69, uma uNgqongqoshe ebonakala sengathi akamzwanga kahle okade ekhuluma, okade ekhuluma unelunglo ukuthi anikezwe ithuba lokuchaza ngoba uNgqongqoshe akamzwanga ukuthi uthini lo muntu, ngoba lokho akushoyo akuhambisani nalokho okushiwo yilo muntu. Umthetho No69 usho njalo.
USIHLALO WENDLU (Mnu K O Bapela): Uyasho nawe ukuthi uma kuyinkulumo- mpikiswano. Khona manje izimpendulo angithi. Uyaphendula kulo mbuzo loyo.
UNGQONGQOSHE WEZOKUPHEPHA KWEZWE: Ngimuzwe kahle, ngimuzwe kahle, baba. (Translation of isiZulu paragraphs follows.)
[Mr A M MPONTSHANE: ... give me a chance, please ...