Kunemali esuswe ngapha ngasekuphenyeni yahanjiswa kwingqalasizinda, manje ngibuza ukuthi laphaya lapho iye khona kwingqalasizinda iyokwenzani ngoba uphenyo yiwona msebenzi wamaphoyisa nje?
UNGQONGQOSHE WEZOKUVIKELWA KWEZWE (Egameni likaNgqongqoshe Wezamaphoyisa): Kuyiqiniso ukuthi kukhona izimali ezazikhona kulaba ababephethe ezophenyo abangazange bakwazi ukuzisebenzisa ngonyaka odlule. Ingxenye yalezo zimali ithathiwe yafakwa lapha kwingqalasizinda. Ingxenye yaleyo mali ilinganiselwa kwizigidi ezingama-R93 zamarandi. Ilungu elihloniphekile lizokhumbula ukuthi ... (Translation of isiZulu paragraph follows.)
[Mr V B NDLOVU: My question is, for what will the money that was transferred from the Special Investigation Unit, SIU, to the infrastructure be used for because investigation is the core function of the police?