Mhlonishwa kunezinkinga eMkhanyakude ngokuhanjiswa kwamanzi kodwa kunedamu eceleni kwakhona. Okokuqala, bengifisa ukwazi ukuthi ingabe kulezi zigidi ezingama-20 ezilapha uMhlonishwa uzokwazi yini ukuthi alekelele ngazo na? Okwesibili, kunezindawo lapha, uMhlonishwa uyangizwa yini? lokhu okuhambisa amanzi osekubolile la ngaphansi komhlabathi okudinga kulungiswe kahle, ingabe uMhlonishwa izokwazi yini ukumlekelela le mali efakiwe ukuze kukwazi ukuthi kulungiswe leyo ndawo na? (Translation of isiZulu paragraphs follows.)
[Mr V B NDLOVU: Hon Deputy Speaker, the hon Minister is leaving ...