Politician Profile Page
23 Mar 2011
Ngiyathokoza Phini likaSomlomo, bengicela ukubuza kumhlonishwa, uNyambose. Kusuke sekwenze njani uma lowo ozovikelwa esephelezelwa amaphoyisa amaningi adlula abantu ayokwethula kubo inkulumo, kube uyena yedwa umuntu obaluleke kakhulu [VIP], akakwe amaphoyisa ...
The President Of The Republic:
17 Mar 2011
Somlomo, Mhlonishwa Mongameli uma ngabe kone liphi elinye iphoyisa noma-ke ngubani omunye othintekayo emaphoyiseni, siye sizwe ngakusasa sekuthiwa usenqunyiwe emsebenzini ngoba kusenziwa uphenyo.
Maningi amacala asenzekile engingawasho kodwa nje ngeke ...
17 Mar 2011
Somlomo, Mongameli, izinkukhu zingakehli emthini, uhulumeni waseNingizimu Afrika weseka uMongameli Gbagbo okunguyena ophumayo esikhundleni ngokwamavoti. Izinkukhu zingakehli emthini. [Uhleko.] Kuthe emva kwalokho washintsha uhulumeni waseNingizimu Afrika, wavumelana nabanye emva kokuba ...