NEZINGUQUKO ZOMHLABA: Ngibonge kakhulu lungu elihloniphekile ukuze phela isaka lingadliwa amagundane kuyofuneka ukuthi nani nibe yizinhloli, nibe ngamehlo futhi nibe ngamadlebe kahulumeni ukuthi uma niwabona amagundane shonini ukuthi nali ibuzi, nali igundane