lapho kunina ukuthi nenzani. [Ubuwelewele.] Nimenzani uSotswebhu Omkhulu owahanjiswa wayiswa le-Eastern Cape ohlezi khona le. Nimenzani? Nibenzani laba abahlukumezwa ngokocansi. Nibenzani laba abanobuhlanga enibhamuka kube ngathi niwumlilo wamaphepha uma ngabe benze into kanti isinqumo enizosithatha isinqumo esingekho. [Ihlombe.]