Chairperson, we support Budget Vote No 9: Government Communication and Information System, but ...
... sinakho ukuthi umhlonishwa uNgqongqoshe uvele waphuthuma kakhulu, waxhamazela ukuba aqoke u-Hlaudi Motsoeneng. Kodwa-ke usengakwazi ukumhoxisa esikhundleni bafake izicelo abanye abantu ukuze bawuthole lo msebenzi. Kungakuhle kubhekwe ukuthi uMvikeli woMphakathi wathini. Yilokho nje esikhala ngakho. Sizolokhu sikushilo ukuthi kube namatata nokuphuthuma okumangalisayo lokhu esikubone kwenziwa ngumhlonishwa uNgqongqoshe. (Translation of isiZulu paragraph follows.)
[... we believe that the Minister was just too impulsive and hasty in appointing Hlaudi Motsoeneng. Nevertheless, she can still remove him from the position and let other people apply for the job; so that they can get this job. The best thing would be to consider the Public Protector's report. That is just our concern. We will keep saying again and again that what the hon Minister did regarding this matter was surprisingly impulsive and hasty.]