Chairperson, we have no reason to reject this budget. However, we want to suggest to the House that public servants who are doing business with the state must be investigated, exposed and dismissed, because they dent the image of this department.
Okunye Sihlalo, kuyabalimaza osomabhizinisi bakithi abasafufusa uma kuzosuka abantu abaholayo futhi abasebenzela uhulumeni babe nezinkampani ezenza imisebenzi nohulumeni. Lokho kwenza ukuthi osomabhizinisi bakithi bangazuzi lutho kuhulumeni futhi bangathuthuki. Siyacela-ke ukuthi laba abasebenzela uhulumeni baboshwe uma benza umsebenzi nohulumeni ngoba kuyinkohlakalo lokho. Siyi-NFP siyasiphasisa isabelomali. Ngiyabonga. [Ihlombe.] (Translation of isiZulu paragraph follows.)
[In addition to that, Chairperson, it cripples the small businesses when government employees own companies that do business with government. This hampers our businessmen and businesswomen from gaining anything from government and they also don't grow. We call for those government employees to be arrested if they do business with government, because that is corruption. As the NFP, we support this Budget Vote. Thank you. [Applause.]]